I-app ye-Gmail esemthethweni iletha okungcono kakhulu kwe-Gmail efonini yakho noma kuthebulethi ye-Android ngokuvikeleka okukhulu, izaziso zesikhathi sangempela, ukusekelwa kwama-akhawunti amaningana, kanye nokusesha okusebenza kuyo yonke imeyili yakho. I-Gmail futhi iyatholakla ku-Wear OS ukuze uhlale usebenza futhi uphathe ama-imeyili ngqo kusuka engalweni yakho.
Nge-app ye-Gmail ungakwazi:
• Vimbela ngokuzenzakalela ngaphezu kuka-99.9 wamaphesenti wogaxekile, ubugebengu bokweba imininingwane ebucayi, uhlelo olungayilungele ikhompyutha, namalinki ayingozi kusuka ekufinyeleleni ibhokisi lakho lokungenayo
• Hlehlisa ukuthumela, ukuze ugweme amaphutha aphoxayo
• Vula i-Google Chat ukuze uxhumane, wakhe futhi uhlanganyele nabanye
• Feza okuningi njengeqembu ezikhaleni - indawo enikezelwe yokuhlela abantu, izihloko, kanye namaphrojekthi
• Jabulela ikholi yevidiyo yekhwalithi ephezulu nge-Google Meet
• Phendula ama-imeyili ngokushesha ngeziphakamiso zeMpendulo Esmathi
• Sebenzisa ama-akhawunti amaningana
• Namathisela futhi wabelane ngamafayela kalula
• Yaziswa ngemeyili entsha ngokushesha ngesikhungo sezaziso, ibheji, kanye nongakukhetha kokukhiya isikrini
• Sesha imeyili yakho ngokushesha ngemiphumela esheshayo, ukubikezela njengoba uthayipha, kanye neziphakamiso zokupela
• Hlela imeyili yakho ngokulebula, ukubeka inkanyezi, ukusula, kanye nokubika ugaxekile
• Swayipha ukuze ufake engobweni yomlando/usule, ukuze ususe konke okusebhokisini lakho lokungenayo ngokushesha.
• Funda imeyili ngakho ngezingxoxo eziwuchungechunge
• Qedela ngokuzenzakalelayo amagama oxhumana nabo njengoba uthayipha kusuka koxhumana nabo bakho be-Google noma ifoni yakho
• Phendula kuzimemo ze-Google Calendar ngqo kusuka ku-app
• Engeza inkinga ye-Gmail nothayela kwiwashi le-Wear OS ukuze uthole amazwibela asheshayo wama-imeyili wakho
I-Gmail iyingxenye ye-Google Workspace, evumela wena nethimba lakho ukuxhuma kalula, usungule, futhi uhlanganyele. Ungakwazi:
• Ukuxhumana nosebenza nabo nge-Google Meet noma i-Google Chat, ukuthumela isimemo ku-Calendar, ukufaka isenzo emsebenzini wakho, kanye nokwengeziwe ngaphandle kokuphuma ku-Gmail
•Sebenzisa izenzo eziphakamisiwe — njengeMpendulo Esmathi, Ukuqamba Okusmathi, iziphakamiso zegrama, kanye nezikhumbuzo — ukukusiza ukuthi wenze umsebenzi wakho kahle futhi usingathe imisebenzi elula, ukuze usisebenzise ngendlela ephumelela kangcono isikhathi sakho.
• Hlala uphephile. Amamodeli ethu okufunda komshini avimba ngaphezu kuka-99.9% wogaxekile, ubugebengu bokweba imininingwane ebucayi, kanye nezinhlelo ezingayilungele ikhompyutha ukuba zifinyelele kubasebenzisi bethu
Funda kabanzi nge-Google Workspace: https://workspace.google.com/products/gmail/
Silandele ukuze uthole okwengeziwe:
Twitter: https://twitter.com/googleworkspace
LinkedIn: https://www.linkedin.com/showcase/googleworkspace
Facebook: https://www.facebook.com/googleworkspace/
Kubuyekezwe ngo-
Dis 10, 2024